UJehova wathuma uNathani kuDavide. Wafika kuye, wathi kuye: “Kwakukhona amadoda amabili emzini munye; omunye ecebile, omunye empofu.
UJeremiya 22:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Usho kanje uJehova; Yehlela endlini yenkosi yakwaJuda, ukhulume khona leli zwi; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Usho kanje uJehova, uthi: “Yehlela endlini yenkosi yakwaJuda, ukhulume khona leli zwi, IsiZulu 2020 USimakade washo kanje, wathi: “Yehlela esigodlweni senkosi yakwaJuda, ukhulume lapho leli lizwi, |
UJehova wathuma uNathani kuDavide. Wafika kuye, wathi kuye: “Kwakukhona amadoda amabili emzini munye; omunye ecebile, omunye empofu.
Kepha ngiyakunihambela njengesithelo sezenzo zenu, usho uJehova; futhi ngiyobasa umlilo ehlathini lakhe, futhi uyoqothula konke okuzungezile.
uthi: ‘Yizwa izwi likaJehova, nkosi yakwaJuda, ohlezi esihlalweni sobukhosi sikaDavide, wena nezinceku zakho nabantu bakho abangena ngala masango.
Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Hamba, ukhulume kuSedekiya, inkosi yakwaJuda, uthi kuye: ‘Isho kanje iNkosi, ithi; bheka, ngiyawunikela lo muzi esandleni senkosi yaseBabele, futhi izowushisa ngomlilo.
Yizwani lokhu, nina bapristi! lalelani nina ndlu ka-Israyeli! lalelani nina ndlu yenkosi! ngoba ukwahlulela kuyeza phezu kwenu, ngoba benilugibe eMispa nenetha elenekwe eThabori.