UGenesise 8:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ijuba alifumananga indawo yokuphumula yamathe onyawo lwalo, labuyela kuye emkhunjini, ngokuba amanzi ayesesemhlabeni wonke; wayeselula isandla sakhe, walithatha, walidonsela emkhunjini kanye naye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha ijuba lalingafumani ukuphumula kwamathe onyawo lwalo, labuyela kuye emkhunjini, ngokuba amanzi ayesesebusweni bomhlaba wonke; waselula isandla sakhe, walithatha, walingenisa kuye emkhunjini. IsiZulu 2020 Kepha ijuba kalitholanga ndawo elalingahlala kuyo. Landiza labuyela emkhunjini, uNowa welula isandla walingenisa ngaphakathi. |
Wasethuma ijuba lisuka kuye ukubona ukuthi amanzi asebohlile yini emhlabathini;
Kodwa labo abababalekelayo bayakubalekela, babe sezintabeni njengamajuba aphuma ezigodini, bonke belila, kube yilowo nalowo ngenxa yobubi bakhe.
Lezizinto ngizikhulume kini ukuze libe lokuthula kimi. Ezweni niyakuba nosizi, kepha yimani isibindi; mina ngilinqobile izwe.
Futhi phakathi kwalezi zizwe ngeke nithole ukuphumula, namathe ezinyawo zenu ngeke abe nokuphumula; kepha uJehova uyakukunika lapho inhliziyo ethuthumelayo, namehlo aphela amandla, nokudabuka kwenhliziyo.