Ezinyonini zezulu ngasikhombisa, iduna nensikazi; ukugcina imbewu iphila emhlabeni wonke.
UGenesise 7:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kuzo zonke izilwane ezihlanzekile kumelwe uzithathele eziyisikhombisa, iduna nensikazi yalo; Ezinyameni ezihlambulukileyo, ngambili ngambili, iduna nensikazi yalo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kuzo zonke izilwane ezihlambulukileyo uzakuthatha ngasikhombisa, iduna nensikazi yalo, nakuzo izilwane ezingahlambulukile uthathe ngambili, iduna nensikazi yalo, IsiZulu 2020 Thatha amabhanqa ayisikhombisa azo zonke izilwane ezihlanzekile, iduna nensikazi, nakulezo ezingahlanzekile uthathe ngazimbili, iduna nensikazi. |
Ezinyonini zezulu ngasikhombisa, iduna nensikazi; ukugcina imbewu iphila emhlabeni wonke.
Ezinyameni ezihlambulukileyo, nasezinyameni ezingcolileyo, nakuzinyoni, nakuzo zonke ezinwabuzelayo emhlabeni,
UNowa wamakhela uJehova i-altare; wathatha kuzo zonke izilwane ezihlambulukileyo nakuzo zonke izinyoni ezihlambulukileyo, wanikela ngeminikelo yokushiswa e-altare.
Kumelwe bafundise abantu bami umehluko phakathi kokungcwele nokungangcwele futhi babenze bahlukanise phakathi kokungcolile nokuhlanzekile.
Ukuze nahlukanise phakathi kokungcwele nokungangcwele, nokungcolile nokuhlambulukileyo;