Ngubani onika igwababa ukudla kwalo? lapho abancane bakhe bekhala kuNkulunkulu, bayazulazula ngokuswela ukudla.
UGenesise 6:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Zithathele kukho konke ukudla okudliwayo, uzibuthele kona; kuyakuba ngukudla kwakho nokwazo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Zithathele kukho konke ukudla okudliwayo, ukubuthele kuwe; kuyakuba ngukudla kwakho nokwabo.” IsiZulu 2020 Zithathele lonke uhlobo lokudla ukulondoloze, ukuze kube ngukudla kwenu nokwazo.” |
Ngubani onika igwababa ukudla kwalo? lapho abancane bakhe bekhala kuNkulunkulu, bayazulazula ngokuswela ukudla.
Impela izintaba ziyikhiphela ukudla, lapho kudlala khona zonke izilwane zasendle.
Bhekani izinyoni zezulu, ngokuba azihlwanyeli, azivuni, azibutheli eziphaleni; nokho uYihlo osezulwini uyazondla. Anizincono kakhulu na?