U-Adamu wabuye wamazi umkakhe; wazala indodana, wayiqamba igama lokuthi uSeti. Ngokuba uNkulunkulu, wathi, ungimisele enye inzalo esikhundleni sika-Abela owabulala uKhayini.
UGenesise 5:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 U-Adamu wahamba iminyaka eyikhulu namashumi amathathu, wazala indodana emfuze ngomfanekiso wakhe; wambiza ngokuthi uSeti. IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Adamu wahamba iminyaka eyikhulu namashumi amathathu, wazala indodana ngomfanekiso wakhe efana naye, wayiqamba igama lokuthi uSeti. IsiZulu 2020 Kuthe lapho u-Adamu eseqede iminyaka eyi-130, wazala indodana eyayifana naye, wayiqamba igama wathi nguSethi. |
U-Adamu wabuye wamazi umkakhe; wazala indodana, wayiqamba igama lokuthi uSeti. Ngokuba uNkulunkulu, wathi, ungimisele enye inzalo esikhundleni sika-Abela owabulala uKhayini.
Wabadala owesilisa nowesifazane; wababusisa, wababiza ngokuthi u-Adamu mhla badalwa.
Izinsuku zika-Adamu emva kokuzalwa kukaSeti zaziyiminyaka engamakhulu ayisishiyagalombili; wazala amadodana namadodakazi.
Pho umuntu angalungisiswa kanjani nguNkulunkulu? Ozelwe ngowesifazane angaba msulwa kanjani na?
Ingelosi yaphendula, yathi kuye: “UMoya oNgcwele uzakuza phezu kwakho, namandla oPhezukonke akusibekele;
Owayeyindodana kaKhayinan, indodana ka-Arpakishadi, indodana kaSemi, indodana kaNowa, indodana kaLameka,
Ngakho njengalokhu ngamuntu munye isono sangena emhlabeni, langesono ukufa; kanjalo ukufa kwedlulela kubantu bonke, lokhu bonke bonile;
Inyama yonke ayinyamanye, kodwa kukhona inyama yabantu, nenye inyama yezilwane, nenye yezinhlanzi, nenye yezinyoni.
Futhi njengalokhu sinomfanekiso wowomhlaba, siyakuba nomfanekiso wowasezulwini.
Esasihamba phakathi kwabo sonke ezikhathini ezidlule ngezinkanuko zenyama yethu, sifeza izinkanuko zenyama nezengqondo; futhi ngemvelo sasingabantwana bolaka njengabanye.