Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 49:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

Intukuthelo yabo mayiqalekiswe, ngokuba ilukhuni; nolaka lwabo, ngokuba lunonya; ngiyakubahlukanisa kwaJakobe, ngibahlakaze kwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Makuqalekiswe ulaka lwabo, ngokuba lwalunamandla, nentukuthelo yabo, ngokuba yayinonya; ngizakubahlukanisa kwaJakobe, ngibasakaze kwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Maluqalekiswe ulaka lwabo ngokuba luyavutha, nentukuthelo yabo ngokuba iwunya. Ngizobehlukanisela kwaJakobe, ngibahlakazele kwa-Israyeli.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 49:7
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Amnoni wayesemzonda kakhulu; kangangokuthi inzondo ayemzonda ngayo yaba nkulu kunothando ayemthanda ngalo. U-Amnoni wathi kuye: “Vuka, uhambe.”


Babanika ngenkatho leyo mizi ebizwa ngegama layo esizweni sabantwana bakwaJuda, nasesizweni sabantwana bakwaSimeyoni, nasesizweni sabantwana bakwaBenjamini.


Itshe linzima nesihlabathi; kepha ulaka lwesiwula lunzima kunazo zombili.


Umuntu onolaka uvusa ukuxabana, nomuntu onolaka uvame ukuphambuka.


Imizi eniyobanika yona kumelwe ivele efeni labantwana bakwa-Israyeli; Abanokuningi bapheni okuningi; kodwa kwabanokuncane, kufanele niphe okuncane; yilowo nalowo emizini yakhe kumelwe anike amaLevi ngokwefa laso elizuzwa njengefa.