Iminyaka eyisikhombisa yendlala yayisiqala ukufika, njengokusho kukaJosefa; kepha ezweni lonke laseGibithe kwakukhona isinkwa.
UGenesise 42:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi uJakobe ebona ukuthi kukhona ukolweni eGibithe, uJakobe wathi emadodaneni akhe: “Nibukana ngani na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJakobe esezwile ukuthi kukhona amabele eGibithe, uJakobe wathi emadodaneni akhe: “Nibukanelani na?” IsiZulu 2020 UJakobe wezwa ukuthi kukhona ukudla eGibhithe, wayesethi emadodaneni akhe: “Kungani nilibele ukubukana na?” |
Iminyaka eyisikhombisa yendlala yayisiqala ukufika, njengokusho kukaJosefa; kepha ezweni lonke laseGibithe kwakukhona isinkwa.
Amazwe onke afika kuJosefa eGibithe ukuthenga ukolweni; ngoba indlala yayinzima emazweni wonke.
Wathi: “Bheka, ngizwile ukuthi kukhona amabele eGibithe; yehlela lapho, usithengele khona; ukuze siphile, singafi.
Lapho ekubona, wasukuma, wabaleka ukuze asindise umphefumulo wakhe, wafika eBeri Sheba elingelakwaJuda, washiya inceku yakhe lapho.
Bonke abantu babona ukuduma, nemibani, nomsindo wecilongo, nentaba ethunqayo; abantu sebekubona bahlehla bamela khatshana.
Izikhulu zabantwana bakwa-Israyeli zabona ukuthi basekubi, lapho kwathiwa: “Aniyikunciphisa lutho ezitini zenu emsebenzini wenu wezinsuku zonke.”
Sihlalelani? buthanani, singene emizini ebiyelweyo, sithule khona, ngokuba uJehova uNkulunkulu wethu usithulisile, wasinika inyongo ukuba sinathe, ngokuba sonile kuJehova.
Lapho u-Efrayimi ebona ukugula kwakhe, noJuda ebona isilonda sakhe, u-Efrayimi waya e-Asiriya, wathumela enkosini uJarebi; kodwa akakwazanga ukukuphulukisa nokukuphulukisa isilonda sakho.
Kepha uJakobe esezwile ukuthi kukhona amabele eGibithe, wathuma obaba okokuqala.
Kepha ngokuphambene, sebebonile ukuthi ngiphathiswe ivangeli labangasokile, njengalokho lenziwa kuPetru ivangeli labasokile;