Umlindi wetilongo akabhekanga lutho olusesandleni sakhe; ngokuba uJehova wayenaye, nalokho akwenzayo, uJehova wakuphumelelisa.
UGenesise 39:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha wala, wathi kumkankosi yakhe: “Bheka, inkosi yami ayikwazi okukimi endlini, futhi inginike konke enakho; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha wala, wathi kumkankosi yakhe: “Bheka, inkosi yami ayikwazi enginakho endlini, inikele konke okwayo esandleni sami; IsiZulu 2020 Kepha uJosefa wenqaba, wathi enkosikazini yomphathi wakhe: “Umphathi wami akakhathazeke ngalutho endlini yakhe, futhi ukunikele konke ezandleni zami. |
Umlindi wetilongo akabhekanga lutho olusesandleni sakhe; ngokuba uJehova wayenaye, nalokho akwenzayo, uJehova wakuphumelelisa.
UJosefa wafumana umusa emehlweni ayo, wayikhonza; yammisa phezu kwendlu yayo, nakho konke eyayinakho yakunikela esandleni sakhe.
Umuntu onabangane kumelwe abe nobungane; futhi kukhona umngane onamathela ngaphezu komfowenu.
Lapho ukuhlakanipha kungena enhliziyweni yakho, nolwazi luthokozisa umphefumulo wakho;
Umlomo wowesifazane ongaziwa ungumgodi ojulile; omenyanya uJehova uyakuwela kulo.