UJakobe wesaba kakhulu, wakhathazeka, wahlukanisa abantu ababe naye, nezimvu, nezinkomo, namakamela, izigaba ezimbili;
UGenesise 32:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi: “Uma u-Esawu efika kwesinye isixuku, asinqobe, esinye isixuku esiseleyo siyakuphunyuka.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE wathi: “Uma u-Esawu efika kwelinye iqembu, alichithe, iqembu eliseleyo liyakubaleka.” IsiZulu 2020 ethi emcabangweni wakhe: “Uma u-Esawu efika eqenjini lokuqala elibhubhisa, elinye liyokwazi ukuphunyuka.” |
UJakobe wesaba kakhulu, wakhathazeka, wahlukanisa abantu ababe naye, nezimvu, nezinkomo, namakamela, izigaba ezimbili;
Wayesethi uJakobe: “O Nkulunkulu kababa u-Abrahama noNkulunkulu kababa u-Isaka, uJehova owathi kimi: ‘Buyela ezweni lakini nasezihlotsheni zakho, futhi ngizokwenza okuhle kuwe.
Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho hlakaniphani njengezinyoka, nibe msulwa njengamajuba.