INkosi yasihamba indlela yayo, isiqedile ukukhuluma loAbrahama; uAbrahama wasebuyela endaweni yakhe.
UGenesise 32:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJakobe waqhubeka, futhi ingelosi kaNkulunkulu yamhlangabeza. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJakobe wahamba indlela yakhe; izingelosi zikaNkulunkulu zamhlangabeza. IsiZulu 2020 UJakobe wabamba eyakhe indlela, izingelosi zikaNkulunkulu zamhlangabeza. |
INkosi yasihamba indlela yayo, isiqedile ukukhuluma loAbrahama; uAbrahama wasebuyela endaweni yakhe.
Basebembusisa uRebeka, bathi kuye: Wena ungudadewethu, ube ngunina wezinkulungwane zezigidi, inzalo yakho idle ilifa lesango lalabo abayizondayo.
Awungivumelanga ukuba ngange amadodana ami namadodakazi ami na? wenze into ewubuwula nje.
noma uPawulu, noma u-Apholo, noma uKhefase, noma izwe, noma ukuphila, noma ukufa, noma okukhona, noma okuzayo; konke kungokwakho;
ukuze khathesi kwababusi lamandla embusweni wezulu kwaziwe ngebandla ukuhlakanipha kukaNkulunkulu okunengi okwehlukeneyo;
enziwe waba ngcono kakhulu kunezingelosi, njengalokho ezuze ngefa igama elihle kakhulu kunelazo.