Wayesethi uLeya: “UNkulunkulu unginikile ilobolo elihle; manje umyeni wami useyakuhlala nami, ngokuba ngimzalele amadodana ayisithupha; waqamba igama layo ngokuthi uZebuloni.
UGenesise 30:21 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngasemuva wazala indodakazi, wayiqamba ngokuthi uDina. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngasemuva wazala indodakazi, waqamba igama layo ngokuthi uDina. IsiZulu 2020 Emveni kwalokho wamzalela indodakazi, wayiqamba igama wathi nguDina. |
Wayesethi uLeya: “UNkulunkulu unginikile ilobolo elihle; manje umyeni wami useyakuhlala nami, ngokuba ngimzalele amadodana ayisithupha; waqamba igama layo ngokuthi uZebuloni.
Babulala oHamori noShekemi indodana yakhe ngosiko lwenkemba, bamkhipha uDina endlini kaShekemi, baphuma.
Lawa angamadodana kaLeya awazalela uJakobe ePhadani Aramu kanye nendodakazi yakhe uDina; yonke imiphefumulo yamadodana akhe namadodakazi akhe yayingamashumi amathathu nantathu.