Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 30:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

UZilipa incekukazi kaLeya wazalela uJakobe indodana.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UZilipa incekukazi kaLeya wamzalela uJakobe indodana.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

UZilipha isisebenzi sikaLeya samzalela indodana uJakobe.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 30:10
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayesethi uLeya: “Kuza iviyo, waqamba igama layo ngokuthi uGadi.”


ULeya esebonile ukuthi usebelethile, wathatha uZilipa incekukazi yakhe, wamnika uJakobe abe ngumkakhe.


Amadodana kaZilipa, incekukazi kaLeya; ngoGadi no-Asheri; yilawo angamadodana kaJakobe azalelwa wona ePhadani Aramu.


Ngasemkhawulweni wakwaZebuloni, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga uGadi, libe linye.


Kubantwana bakwaGadi ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo nangezindlu zawoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;


Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi babenezinkomo eziningi kakhulu; lapho bebona izwe laseJazeri nezwe lakwaGileyadi, indawo leyo yayiyindawo yezinkomo;