Emva kokuzalwa kukaThera uNahori wahamba iminyaka eyikhulu neshumi nesishiyagalolunye, wazala amadodana namadodakazi.
UGenesise 24:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa kumelwe uye ezweni lakithi nasemndenini wakithi uyithathele umfazi indodana yami u-Isaka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha uye ezweni lakithi nasezihlotsheni zami, uyithathele khona indodana yami u-Isaka umfazi.” IsiZulu 2020 Kepha uyokuya kwelakithi ezihlotsheni zami, ufike uyithathele khona umfazi indodana yami u-Isaka.” |
Emva kokuzalwa kukaThera uNahori wahamba iminyaka eyikhulu neshumi nesishiyagalolunye, wazala amadodana namadodakazi.
UJehova wathi ku-Abrama: “Suka ezweni lakini, nasezihlotsheni zakho, nasendlini kayihlo, uye ezweni engiyakukukhombisa lona.
UJehova wabonakala ku-Abrama, wathi: “Leli zwe ngiyakulinika inzalo yakho; wamakhela khona i-altare uJehova owabonakala kuye.
Kodwa kumelwe uye endlini kababa nasendlini yakithi uyithathele umfazi indodana yami.
Inceku yasisithi kuye: Mhlawumbe owesifazana angethandi ukungilandela ukuya kulelilizwe; ngibuyise indodana yakho ezweni owaphuma kulo na?
U-Isaka wambiza uJakobe, wambusisa, wamyala, wathi kuye: “Ungamthathi umfazi emadodakazini aseKhanani.”
Suka uye ePhadani Aramu endlini kaBhetuweli uyise kanyoko; uzithathele khona umfazi emadodakazini kaLabani unyokolume.
Futhi ngempela, uma babekhumbula izwe ababephuma kulo, babeyoba nethuba lokubuyela emuva.
Uyise nonina bathi kuye: “Akakho yini owesifazane phakathi kwamadodakazi abafowenu naphakathi kwabantu bonke bami ukuba uthathe umfazi kumaFilisti angasokile na? USamsoni wathi kuyise: “Ngithathele yona; ngoba uyangijabulisa.