U-Abrahama wawa ngobuso bakhe, wahleka, wathi enhliziyweni yakhe: “Oneminyaka eyikhulu uyakuzalelwa na? noSara oneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye uyakuzala na?
UGenesise 23:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 USara wayeneminyaka eyikhulu namashumi amabili nesikhombisa; le yayiyiminyaka yokuhamba kukaSara. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ukuhamba kukaSara kwaba yiminyaka eyikhulu namashumi amabili nesikhombisa; yileyo iminyaka yokuhamba kukaSara. IsiZulu 2020 USara waphila iyiminyaka eyi-127. |
U-Abrahama wawa ngobuso bakhe, wahleka, wathi enhliziyweni yakhe: “Oneminyaka eyikhulu uyakuzalelwa na? noSara oneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye uyakuzala na?
Isancinza sakhe, igama laso lalinguReuma, sazala uTheba, noGahamu, noTahasi, noMaga.
USara wafa eKiriyati ka-Arba; yiHebroni ezweni laseKhanani; u-Abrahama weza ukumlilela uSara nokumkhalela.
U-Isaka wamngenisa etendeni likanina uSara, waqamba igama lakhe ngokuthi uRebheka, waba ngumkakhe; wamthanda, u-Isaka waduduzeka emva kokufa kukanina.