Ingelosi kaJehova yamfumana ngasemthonjeni wamanzi ehlane ngasemthonjeni osendleleni eya eSuri.
UGenesise 21:14 - Contemporary Zulu Bible 2024 U-Abrahama wavuka ekuseni kakhulu, wathatha isinkwa nojeke wamanzi, wakunika uHagari, wakubeka ehlombe lakhe nomntwana omncane, wammukisa; wahamba, wazulazula ehlane. eBherisheba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Abrahama wavuka ekuseni, wathatha isinkwa nemvaba yamanzi, wakunika uHagari ekubeka ehlombe lakhe kanye nomntwana, wammukisa; wahamba, wazulazula ehlane laseBeri Sheba. IsiZulu 2020 U-Abhrahama wavuka ngovivi, wathatha isinkwa nemvaba yamanzi wakunika uHagari, wayesemethwesa khona ehlombe, wamkhomba indlela benomfana. Owesifazane wazulazula ehlane eBheri Sheba. |
Ingelosi kaJehova yamfumana ngasemthonjeni wamanzi ehlane ngasemthonjeni osendleleni eya eSuri.
U-Abrahama wavuka ekuseni kakhulu, waya endaweni lapho ayemi khona phambi kukaJehova.
Ngalokho waqamba leyo ndawo ngokuthi iBeri Sheba; ngoba lapho bafunga bobabili.
U-Abhrahama wahlanyela umthi eBherisheba, wakhuleka khona ibizo leN kosi uNkulunkulu waphakade.
U-Abrahama wabuyela ezincekwini zakhe, zasuka, zaya kanyekanye eBeri Sheba; u-Abrahama wahlala eBeri Sheba.
U-Abrahama wavuka ekuseni kakhulu, wabophela imbongolo yakhe, wathatha ezimbili zezinsizwa zakhe no-Isaka indodana yakhe kanye naye, wacanda izinkuni zomnikelo wokushiswa, wasuka waya endaweni uNkulunkulu ayemtshele ngayo.
Badla, banatha, yena namadoda ayenaye, bahlala ubusuku bonke; basebeqeda ekuseni bathi: Ngiyekeleni ngiye enkosini yami.
Kepha amadodana ezancinza u-Abrahama ayenazo, u-Abrahama wanika izipho, wawamukisa ku-Isaka indodana yakhe esekhona, aye ngasempumalanga, ezweni lasempumalanga.
Basebevuka ekuseni kakhulu, bafunga omunye komunye; u-Isaka wabamukisa, basuka kuye ngokuthula.
Wayibiza ngokuthi iSeba; ngalokho igama lomuzi liyiBeri Sheba kuze kube namuhla.
UJakobe wavuka ekuseni kakhulu, wathatha itshe abelibeke emcamelweni wakhe, walimisa laba yinsika, wathela amafutha phezu kwalo.
Umuntu othile wamfumana, bheka, wayezulazula endle; indoda yambuza yathi: Ufunani?
U-Israyeli wasuka nakho konke anakho, wafika eBeri Sheba, wanikela imihlatshelo kuNkulunkulu kayise u-Isaka.
Lapho ekubona, wasukuma, wabaleka ukuze asindise umphefumulo wakhe, wafika eBeri Sheba elingelakwaJuda, washiya inceku yakhe lapho.
Khona-ke inkosi uHezekiya yavuka ekuseni kakhulu yabiza ababusi bomuzi yakhuphukela endlini kaJehova.
Obusisa umngane wakhe ngezwi elikhulu, avuke ekuseni kakhulu, kuyakuthiwa isiqalekiso kuye.
Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho; ngoba akukho msebenzi, nacebo, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.
Ngokuba amasimu aseHeshiboni abunile, nomvini waseSibima; ababusi bezizwe badiliza izithombo zawo, zaze zafika eJazeri, zazulazula ehlane; amagatsha awo aneluliwe, aphezu kolwandle.
UJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu; basuka eShithimi, bafika eJordani, yena nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli, balala khona ngaphambi kokuba bawele.
USamuweli wavuka ekuseni ukuhlangabeza uSawule ekuseni, watshelwa uSamuweli ukuthi: “USawule wafika eKarmeli, bheka, wamlungisela indawo;