ULoti waphakamisa amehlo akhe, wabona ithafa lonke laseJordani ukuthi lalinamanzi amaningi yonke indawo, ngaphambi kokuba uJehova abhubhise iSodoma neGomora, njengensimu kaJehova nanjengezwe laseGibhithe, njengoba ufika eSowari.
UGenesise 2:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwaphuma umfula e-Edene wokunisela insimu; kusukela lapho wehlukaniswa waba amakhanda amane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE E-Edene kwavela umfula owamanzisa insimu; wahlukana khona, waba yizimbaxa ezine. IsiZulu 2020 E-Edeni kwavela umfula wokunisela insimu, wase wehlukana uba yimifula emine. |
ULoti waphakamisa amehlo akhe, wabona ithafa lonke laseJordani ukuthi lalinamanzi amaningi yonke indawo, ngaphambi kokuba uJehova abhubhise iSodoma neGomora, njengensimu kaJehova nanjengezwe laseGibhithe, njengoba ufika eSowari.
Kukhona umfula, imifudlana yawo ethokozisa umuzi kaNkulunkulu, indlu engcwele yamatabernakele oPhezukonke.
Yangikhombisa umfula wamanzi okuphila ucwebezela njengekristalu, uphuma esihlalweni sobukhosi sikaNkulunkulu neseWundlu.