Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 16:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

Wangena kuHagari, wakhulelwa; lapho ebona ukuthi ukhulelwe, inkosikazi yakhe yadeleleka emehlweni akhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wangena kuHagari; wakhulelwa. Esebonile ukuthi ukhulelwe, inkosikazi yakhe yadeleleka emehlweni akhe.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

U-Abhrama walala noHagari, wayesekhulelwa. Kwathi angazibona ukuthi usekhulelwe uHagari, waqala ukubukela phansi uSarayi inkosikazi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 16:4
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USarayi umka-Abrama wathatha uHagari incekukazi yakhe umGibhithe, emva kokuba u-Abrama esehlale iminyaka eyishumi ezweni laseKhanani, wamnika u-Abrama indoda yakhe ukuba abe ngumkakhe.


USarayi wasesithi kuAbrama: Ububi bami buphezu kwakho; nginikele incekukazi yami esifubeni sakho; lapho ebona ukuthi ukhulelwe, ngadeleleka emehlweni akhe; uJehova makahlulele phakathi kwami nawe.


Eyamazibulo yathi kwencane: “Ubaba usekhulile, futhi akukho muntu emhlabeni ongangena kithi njengowomhlaba wonke.”


USara wabona ukuthi indodana kaHagari umGibhithekazi ayizalela u-Abrahama iklolodela.


Wamnika uBiliha incekukazi yakhe ukuba abe ngumfazi; uJakobe wangena naye.


Kwathi umphongolo kaJehova ufika emzini kaDavide, uMikhali indodakazi kaSawule walunguza efasiteleni, wabona inkosi uDavide yeqa, isina phambi kukaJehova; wamdelela enhliziyweni yakhe.


Ngowesifazane oyisinengiso lapho egana; nesigqila esiyindlalifa yenkosikazi yaso.


Lezi zinto, bazalwane, ngizifanise nami no-Apholo ngenxa yenu; ukuze nifunde kithi ukuthi ningacabangi abantu ngaphezu kokulotshiweyo, ukuze kungabikho ozikhukhumezayo ngenxa yomunye.