Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 11:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

UHebhere wahamba iminyaka engamashumi amathathu nane, wazala uPhelege.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

U-Ebere wahamba iminyaka engamashumi amathathu nane, wazala uPhelege.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Kuthe u-Ebhere eseneminyaka engama-34, wazala uPhelegi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 11:16
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Naye uShemi, uyise wabo bonke abantwana bakwaHebhere, umfowabo kaJafete, izibulo, wazalelwa abantwana.


UHebhere wazalelwa amadodana amabili: igama lomunye lalinguPhelege; ngokuba emihleni yakhe umhlaba wahlukaniswa; igama lomfowabo lalinguJoketan.


UShela wahlala emveni kokuzala kukaHebhere iminyaka emakhulu mane nantathu, wazala oonyana neentombi.


Emva kokuzalwa kukaPhelege uHebhere waphila iminyaka engamakhulu amane namashumi amathathu, wazala amadodana namadodakazi.


UHebhere wazalelwa amadodana amabili: igama lomunye lalinguPhelege; ngokuba emihleni yakhe izwe ladatshulwa, igama lomfowabo lalinguJokitani.


Imikhumbi iyakuvela ogwini lwaseKitimi, icindezele i-Asiriya, icindezele uHebhere, naye abhubhe kuze kube phakade.


eyayiyindodana kaSaruki, eyayiyindodana kaRagawu, eyayiyindodana kaPhaleki, eyayiyindodana kaHebhere, indodana kaSala,