Ngibeka uthingo lwami efwini, lube luphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.
UGenesise 1:17 - Contemporary Zulu Bible 2024 UNkulunkulu wazibeka emkhathini wezulu ukuba zikhanyise emhlabeni; IBHAYIBHELI ELINGCWELE UNkulunkulu wazifaka emkhathini wezulu ukuba zikhanyise emhlabeni, IsiZulu 2020 UNkulunkulu wabeka izikhanyisi esibhakabhakeni ukuba zikhanyisele umhlaba, |
Ngibeka uthingo lwami efwini, lube luphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.
Kumholi wokuhlabelela eGiti, ihubo likaDavide. Jehova, Nkosi yethu, igama lakho likhazimula kangakanani emhlabeni wonke! owabeka inkazimulo yakho phezu kwamazulu.
Lapho ngibona amazulu akho, umsebenzi weminwe yakho, inyanga nezinkanyezi ozimisileyo;
Usho kanje uJehova, uthi: “Uma nisephula isivumelwano sami semini nesivumelwano sami sobusuku, kungabikho imini nobusuku ngesikhathi sako;
Usho kanje uJehova, uthi: “Uma isivumelwano sami singeyemini nobusuku, noma ngingakamisanga izimiso zezulu nomhlaba;
Ngokuba iNkosi yasiyala kanjalo, ithi: “Ngikubekile ukuba ube ngukukhanya kwabezizwe, ube yinsindiso kuze kube semikhawulweni yomhlaba.