Njengeseluleko sezinsizwa wakhuluma kubo, wathi: “Ubaba walenza laba nzima ijoka lenu, mina-ke ngiyakwenezela ejokeni lenu; nobaba wanishaya ngeziswebhu, mina ngiyakunishaya ngawofezela.
UEksodusi 5:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayesethi uFaro: “Bheka, abantu bezwe sebebaningi manje, nibayeke baphumule emithwalweni yabo.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE UFaro wathi: “Bheka, abantu sebebaningi ezweni, nokho niyabaphumuza emithwalweni yabo.” IsiZulu 2020 UFaro waqhubeka wathi: “Laba bantu sebebaningi kakhulu kunabantu bakuleli lizwe, nokho nifuna ukuba bayeke ukwenza imisebenzi yabo enzima.” |
Njengeseluleko sezinsizwa wakhuluma kubo, wathi: “Ubaba walenza laba nzima ijoka lenu, mina-ke ngiyakwenezela ejokeni lenu; nobaba wanishaya ngeziswebhu, mina ngiyakunishaya ngawofezela.
Ngokuba lapho ubaba wanithwesa ijoka elinzima, mina ngiyakuneka futhi ejokeni lenu;
Ngalezo zinsuku uMose esekhulile waphuma ukuyobheka abafowabo nemithwalo yabo; futhi wabulala umGibhithe owayeshaye umHebheru, omunye wabafowabo.
Ngobuningi babantu udumo lwenkosi lukhona, kepha ngokuswelakala kwabantu kukhona ukuchithwa kwesikhulu.