Uma uthenga isigqila esingumHeberu, siyakusebenza iminyaka eyisithupha; kanti kowesikhombisa kumelwe ahambe ngokukhululeka mahhala.
UEksodusi 21:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma ingene yodwa, kumelwe iphume yodwa; uma ishadile, umkayo makaphume nayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma singena sisodwa, siyakuphuma sisodwa; uma siganiwe, umkaso uyakuphuma naso. IsiZulu 2020 Uma sifike sisodwa, siyakuphuma sisodwa, uma sifike sesiganiwe siyakuhamba nomkaso. |
Uma uthenga isigqila esingumHeberu, siyakusebenza iminyaka eyisithupha; kanti kowesikhombisa kumelwe ahambe ngokukhululeka mahhala.
Uma inkosi yaso isinika umfazi, walizalela amadodana noma amadodakazi; umfazi nabantwana bakhe bayakuba nenkosi yakhe, yona iphume iyodwa.
Uma umuntu ethengisa ngendodakazi yakhe ukuba ibe yisigqila, ayiyikuphuma njengezigqila.
Khona-ke uyakusuka kuwe, yena nabantwana bakhe kanye naye, abuyele emndenini wakhe, abuyele efeni lawoyise.