Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UEksodusi 20:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

UNkulunkulu wakhuluma onke lawa mazwi, wathi:

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UNkulunkulu wakhuluma onke lawa mazwi, wathi:

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

UNkulunkulu wakhuluma wonke lawa mazwi, wathi:

Uka jalj uñjjattʼäta



UEksodusi 20:1
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nawe wehlela entabeni yaseSinayi, wakhuluma kubo usezulwini, wabanika izimiso eziyiqiniso, nemithetho eqinisileyo, nezimiso, nemiyalo emihle;


UMose wehlela kubantu, wakhuluma kubo;


NginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibhithe, endlini yobugqila.


Lona nguye owayesebandleni ehlane kanye nengelosi eyakhuluma kuye entabeni yaseSinayi kanye nawobaba, owamukela amazwi aphilayo ukuze asinike wona;


enamukela umthetho ngesandla sezingelosi, kepha aniwugcinanga.


Waloba ezibhebheni njengombhalo wokuqala imiyalo eyishumi uJehova ayikhuluma kini ngosuku lokuhlangana entabeni phakathi komlilo; iNkosi yanginika yona.


Bake balizwa yini izwi likaNkulunkulu likhuluma liphakathi komlilo, njengalokho nina nizwile, baphile, na?


Wenza ukuba uzwe izwi lakhe esezulwini ukuba anifundise; nasemhlabeni wanikhombisa umlilo wakhe omkhulu; nawezwa amazwi akhe ephakathi komlilo.


Lawa mazwi uJehova wawakhuluma ngezwi elikhulu ebandleni lenu lonke entabeni, phakathi komlilo, nefu, nasebumnyameni; futhi Akanezelanga lutho. Waliloba ezibhebheni ezimbili zamatshe, wanginika lona.


UJehova wakhuluma kini ubuso nobuso entabeni phakathi komlilo;


NginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibhithe, endlini yobugqila.