Umnyango wekamelo elingaphakathi wenzela izicabha zomuthi womnqumo; ikhothamo nezinsika ezisemaceleni kwakuyingxenye yesihlanu yodonga.
UEksodusi 12:7 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kumelwe bathathe elinye igazi balibhece ezinsikeni ezimbili ezisemaceleni nasezinsikeni ezingaphezulu zezindlu abazolidlela kuzo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bazakuthabatha igazi, balibhece ezinsikeni zombili zomnyango nasekhothameni lomnyango ezindlini abayakulidlela kuzo. IsiZulu 2020 Bayakuthatha ingxenye yegazi balibhece ezinsikeni zombili zomnyango, nasemakhothameni eminyango yezindlu abayakudlela kuzo. |
Umnyango wekamelo elingaphakathi wenzela izicabha zomuthi womnqumo; ikhothamo nezinsika ezisemaceleni kwakuyingxenye yesihlanu yodonga.
Igazi liyakuba yisibonakaliso kini ezindlini enikhona; futhi lapho ngibona igazi, ngizodlula phezu kwenu, futhi isifo ngeke sibe phezu kwenu ukuze sinibhubhise lapho ngishaya izwe laseGibhithe.
UJehova wathi kuye: “Dabula phakathi kwedolobha, phakathi kweJerusalema, ubeke uphawu emabunzini abantu ababubulayo nabakhalayo ngenxa yazo zonke izinengiso ezenziwa phakathi kwawo.”
Esilokuhlengwa kuye ngegazi lakhe, ukuthethelelwa kwezono ngokwengcebo yomusa wakhe;
nicabanga ukuthi umelwe ukujeziswa kabuhlungu kangakanani lowo onyathele phansi iNdodana kaNkulunkulu, owathi igazi lesivumelwano angcweliswa ngalo, liyichilo, futhi edelele uMoya yomusa?
Ngokukholwa wenza iPhasika nokufafazwa kwegazi, ukuze obhubhisa amazibulo angawathinti.
Ngomthetho cishe zonke izinto zihlanjululwa ngegazi; futhi ngaphandle kokuchitha igazi akukho ukuthethelelwa.
ngokokwazi ngaphambili kukaNkulunkulu uBaba ngokungcweliswa kukaMoya, kube ekulaleleni nasekufafazweni kwegazi likaJesu Kristu: Makwandiswe kini umusa nokuthula.