Intaba yaseSinayi yathunqa umusi, ngokuba uJehova wehlela phezu kwayo esemlilweni; umusi walo wenyuka njengomusi wesithando, nentaba yonke yazamazama kakhulu.
UDuteronomi 9:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngase ngiphenduka ngehla entabeni, intaba yavutha umlilo, izibhebhe zombili zesivumelwano zisesandleni sami sobabili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ngase ngiphenduka ngehla entabeni, intaba yavutha umlilo; izibhebhe zombili zesivumelwano zazisezandleni zami zombili. IsiZulu 2020 “Ngase ngiphenduka ngehla entabeni, intaba yayivutha umlilo; izibhebhe ezimbili zesivumelwano zazisezandleni zami zombili. |
Intaba yaseSinayi yathunqa umusi, ngokuba uJehova wehlela phezu kwayo esemlilweni; umusi walo wenyuka njengomusi wesithando, nentaba yonke yazamazama kakhulu.
UMose wayeselula intonga yakhe ezulwini, uJehova wathumela ukuduma nesichotho, nomlilo wehlela emhlabeni; uJehova wanisa isichotho phezu kwezwe laseGibithe.
Nasondela, nema phansi kwentaba; intaba yavutha umlilo waze wayongena phakathi kwezulu, inobumnyama, namafu, nesigayegaye.
Lapho nezwa izwi livela ebumnyameni (ngokuba intaba yayivutha umlilo), neza kimi, zonke izinhloko zezizwe zenu namalunga enu;
Ngabona, bhekani, nonile kuJehova uNkulunkulu wenu, nazenzela ithole elibunjiweyo; naphambuka masinyane endleleni uJehova aniyale ngayo.
Ngokuba anizanga entabeni ethintwa, eshiswa umlilo, nobumnyama, nobumnyama, nesiphepho,