Abantwana benxenye yesizwe sakwaManase bahlala ezweni; banda kusukela eBashani kuze kufike eBali Hermoni naseSeniri naseNtabeni iHermoni.
UDuteronomi 3:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 (iHermoni amaSidoni ayibiza ngokuthi iSiriyoni, nama-Amori ayibiza ngokuthi iSeniri;) IBHAYIBHELI ELINGCWELE eliyiHermoni elibizwa ngamaSidoni ngokuthi iSiriyoni nama-Amori alibiza ngokuthi iSeniri IsiZulu 2020 IHermoni, abakwaSidoni bayibiza ngokuthi yiSiriyoni; ama-Amori wona ayibiza ngokuthi yiSeniri, |
Abantwana benxenye yesizwe sakwaManase bahlala ezweni; banda kusukela eBashani kuze kufike eBali Hermoni naseSeniri naseNtabeni iHermoni.
Njengamazolo aseHermoni nanjengamazolo ehlela ezintabeni zaseSiyoni, ngokuba lapho uJehova wayala khona isibusiso, ukuphila kuze kube phakade.
Nkulunkulu wami, umphefumulo wami udangele phakathi kwami; ngalokho ngiyakukhumbula ngisezweni laseJordani, naseHermoni, entabeni yaseMisari.
Nguwena owadala inyakatho neningizimu: iThabori neHermoni ayakujabula egameni lakho.
Woza nami eLebanoni, makoti wami, sisuke eLebanoni, ubuke usesiqongweni sase-Amana, esiqongweni saseSeniri naseHermoni, nasemigodini yezingonyama, nasezintabeni zezingwe.
Bawenza wonke amapulangwe emikhumbi yakho ngemisayipuresi yaseSeniri; bathatha imisedari eLebanoni ukuze bakwenzele izinsika.
kusukela entabeni yaseHalaki ekhuphukela eSeyiri, kuze kufike eBali Gadi esigodini saseLebanoni phansi kwentaba iHermoni; wathatha wonke amakhosi abo, wawanqoba, wawabulala.