Indodana kaGeberi eRamoti kwaGileyadi; kuye kwakukhona imizi kaJayire indodana kaManase eseGileyadi; kuye kwakukhona isifunda sase-Arigobhi eseBashani, imizi emikhulu engamashumi ayisithupha enezindonga nemigoqo yethusi.
UDuteronomi 3:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 yonke imizi yaseThafeni, nalo lonke elakwaGileyadi, nalo lonke iBashani, kuze kube seSaliga nase-Edireyi, imizi yombuso ka-Ogi eBashani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE yonke imizi yasethafeni, nalo lonke elakwaGileyadi, nalo lonke iBashani kuze kube seSaleka nase-Edireyi, imizi yasembusweni ka-Ogi eBashani. IsiZulu 2020 sayithatha yonke imizi esethafeni lakwaGileyadi, iBhashani lonke kuze kube seSalekha nase-Edireyi, imizi yasembusweni ka-Ogi eBhashani. |
Indodana kaGeberi eRamoti kwaGileyadi; kuye kwakukhona imizi kaJayire indodana kaManase eseGileyadi; kuye kwakukhona isifunda sase-Arigobhi eseBashani, imizi emikhulu engamashumi ayisithupha enezindonga nemigoqo yethusi.
Abantwana bakwaGadi bahlala maqondana nabo ezweni laseBashani kwaze kwaba seSaliga.
Base bephenduka bakhuphuka ngendlela yaseBashani, u-Ogi inkosi yaseBashani waphuma ukulwa nabo, yena nabo bonke abantu bakhe, ekulweni e-Edireyi.
EBeseri ehlane ethafeni lakwaRubeni; neRamoti yakwaGileyadi kwaGadi; neGolan eBashan, kwabakwaManase.
nethafa lonke ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga kuze kufike olwandle lwaseThafeni phansi kwemithombo yasePisga.
Umkhawulo wabo wasukela e-Aroweri elisosebeni lomfula i-Arinoni, nomuzi ophakathi nomfula, nethafa lonke eMedeba;
Umkhawulo wabo wasukela eMahanayimi, lonke iBashani, wonke umbuso ka-Ogi, inkosi yaseBashani, nayo yonke imizana yaseJayire eseBashani: imizi engamashumi ayisithupha;
Inxenye yakwaGileyadi, ne-Ashitaroti, ne-Edireyi, imizi yombuso ka-Ogi eBashani, yayingelabantwana bakwaMagiri indodana kaManase, inxenye yabantwana bakwaMagiri ngemindeni yabo.