Bangathathi umfelokazi noma olahliwe ngenxa yabafazi bawo, kodwa kumelwe bathathele amantombazane ohlwini lozalo lwendlu ka-Israyeli noma umfelokazi owayenompristi ngaphambili.
UDuteronomi 24:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Nxa ephuma endlini yakhe, angahamba abe ngowomunye umuntu; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nxa esephumile endlini yakhe, angahamba abe ngowomunye umuntu. IsiZulu 2020 Uma esephumile endlini yakhe, angahamba-ke abe ngowenye indoda. |
Bangathathi umfelokazi noma olahliwe ngenxa yabafazi bawo, kodwa kumelwe bathathele amantombazane ohlwini lozalo lwendlu ka-Israyeli noma umfelokazi owayenompristi ngaphambili.
Umfelokazi noma owesifazane ohlukanisiwe noma ongcolile noma isifebe, labo angeke abathathe; kodwa kumelwe athathe intombi kubantu bakubo ibe umkakhe.
Abangathathi umfazi oyisifebe nongcolileyo; futhi owesifazane owahlukanisiwe nendoda yakhe makangazithatha, ngoba ungcwele kuNkulunkulu wakhe.
Kepha uma indodakazi yompristi ingumfelokazi noma ihlukanisiwe, ingenamntwana, ibuyele endlini kayise njengasebusheni bayo, ingadla ukudla kukayise; kodwa umfokazi makangalidli.
Kepha zonke izithembiso zomfelokazi nezohlukanisiweyo azibophe ngazo umphefumulo wakhe ziyakuma kuye.
Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo olahla umkakhe, kungengenxa yokuphinga, umenza ukuba aphinge;
Kepha uma ongakholwayo ehlukana naye, makamuke; Umzalwane noma umzalwanekazi akaboshiwe kokunjalo, kepha uNkulunkulu usibizele ekuthuleni.
“Nxa indoda ithatha umfazi, imthathe, bese kuthi lapho engasenamusa emehlweni ayo, ngokuba ifumene ukungcola kuye; makambhalele incwadi yesahlukaniso, amnike yona, amkhiphe endlini yakhe.
Uma indoda yokugcina imzonda, imbhalele incwadi yesahlukaniso, imnike esandleni, imxoshe endlini yakhe; noma isifa indoda yokugcina eyamthatha abe ngumkayo;