Bafika emfudlaneni i-Eshikoli, bagawula khona isithende ngehlukuzo lezithelo zomvini, balithwala ngodondolo phakathi kwababili; baletha namapomegranati namakhiwane.
UDuteronomi 2:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Sukumani manje, niwele umfula iSeredi; Futhi sawela umfudlana iSeredi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “ ‘Sukani kalokhu, niwele umfula iZeredi.’ Sase siwela-ke umfula iZeredi. IsiZulu 2020 “Manje sukani, niwele umfula iZeredi.” Sabe sesiwuwela umfula iZeredi. |
Bafika emfudlaneni i-Eshikoli, bagawula khona isithende ngehlukuzo lezithelo zomvini, balithwala ngodondolo phakathi kwababili; baletha namapomegranati namakhiwane.
Basuka lapho bamisa inkamba ngaphesheya kwe-Arinoni elisehlane eliphuma emkhawulweni wama-Amori; ngokuba i-Arinoni ingumkhawulo wakwaMowabi, phakathi kukaMowabi nama-Amori.
AmaHori ahlala eSeyiri kuqala; kepha abantwana bakwa-Esawu babalandela, babachitha phambi kwabo, bahamba bahlala endaweni yabo; njengalokho u-Israyeli enza ezweni lefa lakhe uJehova abanika lona.
Isikhathi esahamba ngaso sisuka eKadeshi-bharineya saze sawela umfudlana iSeredi, sasiyiminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalombili; saze saqedwa sonke isizukulwane samadoda okulwa phakathi kwempi, njengokukhuluma kukaJehova kubo ngesifungo.