Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDuteronomi 19:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

Kumelwe uzibekele eceleni imizi emithathu ezweni lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulidle.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

uyakuzahlukanisela imizi emithathu phakathi kwezwe lakho akunika lona uJehova uNkulunkulu wakho ukuba ulidle.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Uyozehlukanisela imizi emithathu phakathi nezwe lakho uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulidle.

Uka jalj uñjjattʼäta



UDuteronomi 19:2
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uma umuntu engaboni, kepha uNkulunkulu uyamnikela esandleni sakhe; khona-ke ngizakutshengisa indawo lapho azabalekela khona.


Kumelwe uzilungisele indlela, wahlukanisele imikhawulo yezwe lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa libe izingxenye ezintathu, ukuze kuthi noma ubani onqotshiweyo abalekele khona.


Nganiyala ngaleso sikhathi, ngathi: ‘UJehova uNkulunkulu wenu uninikile leli zwe ukuba nilidle;


ukuze, ngezinto ezimbili ezingaphendukiyo, okungekwenzeki ukuthi uNkulunkulu aqambe amanga ngazo, sibe lenduduzo elamandla thina esibalekeleyo ukuze sibambe ithemba elibekwe phambi kwethu;