Waqopha izibhebhe ezimbili zamatshe njengezokuqala; UMose wavuka ekuseni kakhulu, wakhwela entabeni yaseSinayi, njengalokho uJehova emyalile, waphatha esandleni sakhe izibhebhe ezimbili zamatshe.
UDuteronomi 10:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngaleso sikhathi uJehova wathi kimi: “Zibazele izibhebhe ezimbili zamatshe njengezokuqala, ukhuphukele kimi entabeni, uzenzele umphongolo womuthi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ngaleso sikhathi uJehova wathi kimi: ‘Zibazele izibhebhe ezimbili zamatshe njengezokuqala, ukhuphukele kimi entabeni, uzenzele umphongolo womuthi. IsiZulu 2020 “Ngaleso sikhathi uSimakade wathi kimi: ‘Zibazele izibhebhe zamatshe ezimbili zibe njengezakuqala, bese ukhuphukela kimi entabeni, uyozenzela ngomuthi umphongolo. |
Waqopha izibhebhe ezimbili zamatshe njengezokuqala; UMose wavuka ekuseni kakhulu, wakhwela entabeni yaseSinayi, njengalokho uJehova emyalile, waphatha esandleni sakhe izibhebhe ezimbili zamatshe.
eyayinomcengezi wegolide wempepho, nomphongolo wesivumelwano unamekwe ngegolide nxazonke, okwakukhona kuwo imbiza yegolide eyayinemana, nenduku ka-Aroni eyahlumayo, nezibhebhe zesivumelwano;