Ngidonsa, siyakugijima emva kwakho; inkosi yangingenisa emakamelweni ayo; sizojabula futhi sijabule ngawe, sizocabanga ngothando lwakho ngaphezu kwewayini; abaqotho bayakuthanda.
IsiHlabelelo seziHlabelelo 6:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ushonephi othandiweyo wakho, wena muhlekazi kwabesifazane? uphi othandiweyo wakho? ukuze simfune kanye nawe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Othandiweyo wakho uyephi, wena muhlekazi phakathi kwabesifazane; ushonephi othandiweyo wakho ukuba simfune kanye nawe na? IsiZulu 2020 Uyephi othandiweyo wakho, wena omuhle kakhulu phakathi kwabesifazane na? Ushonephi othandiweyo wakho sikufunise? |
Ngidonsa, siyakugijima emva kwakho; inkosi yangingenisa emakamelweni ayo; sizojabula futhi sijabule ngawe, sizocabanga ngothando lwakho ngaphezu kwewayini; abaqotho bayakuthanda.
Uma ungazi lokhu, wena muhlekazi phakathi kwabesifazane, hamba ezinyathelweni zomhlambi, nezimbuzi zakho zeluse ngasematendeni abelusi.
Ngamvulela othandiweyo wami; kepha othandiweyo wami wasuka, wahamba; umphefumulo wami waphela amandla lapho ekhuluma; Ngambiza, kodwa akangiphendulanga.
Othandiweyo wakho umkhulu ngani kunesinye isithandwa, wena muhlekazi kwabesifazane? Othandiweyo wakho udlula ngani omunye, ukuba usifungise kanjalo na?
Umuhle, sithandwa sami, njengeTirisa, umuhle njengeJerusalema, wesabeka njengebutho eliphethe amabhanela.
O themba lika-Israyeli, msindisi wakhe ngesikhathi sokuhlupheka, kungani uyakuba njengomfokazi ezweni nanjengomhambi ophambukela ukulala ubusuku bonke na?
UJehova makakuvuze ngomsebenzi wakho, umvuzo opheleleyo uphiwe nguJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, othembele phansi kwamaphiko akhe.