Kwase kuba khona ifu, labasithibeza, kwavela izwi efwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo;
NgokukaMarku 9:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi masinyane beqalaza, ababe besabona muntu, kuphela uJesu yedwa enabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi masinyane beqalaza, ababe besabona muntu, kuphela uJesu yedwa enabo. IsiZulu 2020 Ngokushesha bathi bethi qala qala, ababe besabona muntu, ngaphandle kukaJesu yedwa owayenabo. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi masinyane beqalaza, ababe besabona muntu, kuphela uJesu yedwa enabo. |
Kwase kuba khona ifu, labasithibeza, kwavela izwi efwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo;
Kwathi besehla entabeni, wabalaya ukuthi bangatsheli muntu izinto abazibonileyo, ize ivuke kwabafileyo iNdodana yomuntu.
Kwathi izwi seliphumile, uJesu wafunyanwa eyedwa. Bakugcina, abatshela muntu ngalezo zinsuku lutho lwalezo zinto ababezibonile.