Ngalokho usho kanje uJehova ngabantu base-Anathoti abafuna ukuphila kwakho, bathi: ‘Ungaprofethi egameni likaJehova, funa ufe ngesandla sethu.
NgokukaMarku 6:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha uJesu wathi kubo: “Umprofethi kadelelwa, kuphela ezweni lakubo, nasezihlotsheni zakubo, nasendlini yakubo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesethi kubo uJesu: “Umprofethi kadelelwa ngaphandle kwasezweni lakubo, nasezihlotsheni zakhe, nasendlini yakwabo.” IsiZulu 2020 UJesu wayesethi kubo: “Umphrofethi akadelelwa ezizweni, ngaphandle kwelakubo, nasezihlotsheni zakhe, nakwabendlu yakwabo.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha uJesu wathi kubo: “Umprofethi kadelelwa, kuphela ezweni lakubo, nasezihlotsheni zakubo, nasendlini yakubo. |
Ngalokho usho kanje uJehova ngabantu base-Anathoti abafuna ukuphila kwakho, bathi: ‘Ungaprofethi egameni likaJehova, funa ufe ngesandla sethu.
Ngokuba nabafowenu nendlu kayihlo bakhohlisile; yebo, babiza isixuku emva kwakho; ningabakholwa, noma bekhuluma amazwi amahle kini.
Basebekhubeka ngaye. Kepha uJesu wathi kubo: “Umprofethi kadelelwa, kuphela ezweni lakubo nasendlini yakubo.
Wasesithi: Ngiqinisile ngithi kini: Kakho umprofethi owamukelwa elizweni lakibo.