Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 6:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wayesethi kubo uJesu: “Umprofethi kadelelwa ngaphandle kwasezweni lakubo, nasezihlotsheni zakhe, nasendlini yakwabo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

4 UJesu wayesethi kubo: “Umphrofethi akadelelwa ezizweni, ngaphandle kwelakubo, nasezihlotsheni zakhe, nakwabendlu yakwabo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Kepha uJesu wathi kubo: “Umprofethi kadelelwa, kuphela ezweni lakubo, nasezihlotsheni zakubo, nasendlini yakubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kepha uJesu wathi kubo: “Umprofethi kadelelwa, kuphela ezweni lakubo, nasezihlotsheni zakubo, nasendlini yakubo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 6:4
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Ngalokho usho kanje uJehova ngabantu base-Anathoti abafuna ukuphila kwakho, bathi: ‘Awuyikuprofetha ngegama likaJehova, ukuze ungafi ngesandla sethu;’


Ngokuba nabafowenu nendlu kayihlo nabo bakukhohlisile, nabo bamemeza kakhulu emva kwakho; ungabethembi, noma bekhuluma okuhle kuwe.”


Bakhubeka ngaye. Kepha uJesu wathi kubo: “Umprofethi kadelelwa ngaphandle kwasezweni lakubo nasendlini yakwabo.”


Khona wamuka lapho, waya ezweni lakubo; abafundi bakhe bamlandela.


Wathi-ke: “Ngiqinisile ngithi kini: Akukho mprofethi owamukelwa ezweni lakubo.


Ngokuba uJesu uqobo wafakaza ngokuthi umprofethi kaziswa ezweni lakubo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka