Nababhali abehla bevela eJerusalema bathi: “UnoBelzebule, ukhipha amademoni ngombusi wamademoni.
NgokukaMarku 5:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wamncenga kakhulu ukuthi angabamukisi kulelo zwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wamncenga kakhulu ukuba angabamukisi kulelo zwe. IsiZulu 2020 Wayesemncenga kakhulu ukuba angabaxoshi kulelo lizwe. Baasraak Zulu New Testament Bible Wamncenga kakhulu ukuthi angabamukisi kulelo zwe. |
Nababhali abehla bevela eJerusalema bathi: “UnoBelzebule, ukhipha amademoni ngombusi wamademoni.
Njalo uJesu wahle wawavumela. Omoya abangcolileyo basebephuma, bangena ezingulubeni; umhlambi waphaphatheka, wehla eweni, waya elwandle, zingaba yizinkulungwane ezimbili, zaminza olwandle.
Wasembuza wathi: Ungubani ibizo lakho? Wasephendula wathi: Ibizo lami nginguLegiyoni, ngoba sibanengi.