Wawubeka ethuneni lakhe elisha abeligubhe edwaleni, wagingqela itshe elikhulu emnyango wethuna, wamuka.
NgokukaMarku 16:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Sebebheka, babona ukuthi itshe seligingqiwe, ngokuba lalilikhulu kakhulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bathi ukubheka, babona ukuthi itshe seligingqiwe; ngokuba lalilikhulu kakhulu. IsiZulu 2020 Kwathi lapho bebheka, babona ukuthi itshe ligingqiwe, ngokuba lalilikhulu kakhulu. Baasraak Zulu New Testament Bible Sebebheka, babona ukuthi itshe seligingqiwe, ngokuba lalilikhulu kakhulu. |
Wawubeka ethuneni lakhe elisha abeligubhe edwaleni, wagingqela itshe elikhulu emnyango wethuna, wamuka.
Basebekhulumisana besithi: Ngubani ozakusigingqela ilitshe lisuke emnyango wengcwaba?
Sebengena ethuneni, babona insizwa ihlezi ngakwesokunene yembethe ingubo ende emhlophe; besaba.
Ngolokuqala lweviki uMariya Magdalena wafika ethuneni ekuseni kusemnyama, wabona itshe lisusiwe ethuneni.