Kumanele umfundi ukuthi abe njengomfundisi wakhe, nenceku ibe njengenkosi yayo. Uma bebizile umninindlu ngokuthi uBelzebule, kakhulu kangakanani abendlu yakhe?
Mathewu 9:34 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha abaFarisi bathi: “Ukhipha amademoni ngombusi wamademoni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha abaFarisi bathi: “Ukhipha amademoni ngenkosi yamademoni.” IsiZulu 2020 Kepha abaFarisi, bathi: “Ukhipha amadimoni ngombusi wamadimoni.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha abaFarisi bathi: “Ukhipha amademoni ngombusi wamademoni. |
Kumanele umfundi ukuthi abe njengomfundisi wakhe, nenceku ibe njengenkosi yayo. Uma bebizile umninindlu ngokuthi uBelzebule, kakhulu kangakanani abendlu yakhe?
Kwase kulethwa kuye okhwelwe yidemoni, eyimpumputhe nesimungulu; wamphulukisa, kwaze kwakhuluma, wabona nempumputhe nesimungulu.
Uma mina ngikhipha amademoni ngoBelzebule, abantwana benu bawakhipha ngobani na? ngalokho bayakuba ngabahluleli benu.
Nababhali abehla bevela eJerusalema bathi: “UnoBelzebule, ukhipha amademoni ngombusi wamademoni.
Ngokuba yilowo nalowo owenza okubi uzonda ukukhanya, akezi ekukhanyeni, ukuze imisebenzi yakhe ingasolwa.