Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa.
Mathewu 8:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ethi: Nkosi, inceku yami ilele endlini ofe uhlangothi, ibuhlungu kakhulu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Nkosi, umfana wami ulele endlini, ufe uhlangothi, ukhwelwe kakhulu ngubuhlungu.” IsiZulu 2020 yathi: “Nkosi, umfana wami ulele endlini, ufe uhlangothi; usezinhlungwini ezinzima.” Baasraak Zulu New Testament Bible ethi: Nkosi, inceku yami ilele endlini ofe uhlangothi, ibuhlungu kakhulu. |
Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa.
Bheka, baletha kuye umuntu ofe uhlangothi elele ohlakeni; uJesu ebona ukukholwa kwabo wathi kofe uhlangothi; Ndodana, yimani isibindi; uthethelelwe izono zakho.
Kwathi isimukile ingelosi eyayikhuluma noKorneliyu, wabiza ababili bendlu yakhe nebutho elikholwayo kulabo ababemlindile njalo;
Ngokuba kwaphuma omoya abangcolileyo kwabaningi abanabo, bememeza ngezwi elikhulu; nabaningi abafe uhlangothi nabayizinyonga baphulukiswa.
Wafumana khona umuntu othiwa ngu-Eneya, owayeselele iminyaka eyisishiyagalombili efe uhlangothi.
lapho kungekho khona umGreki nomJuda, ukusoka nokungasoki, owezizwe, umSkithe, isigqila noma okhululekile, kepha uKristu uyikho konke, ukubo bonke.
Makhosi, yiphani izinceku zenu ukulunga nokulingana; nazi ukuthi nani nineNkosi ezulwini.
Labanenkosi abakholwayo, kababedeleli, ngoba bengabazalwane; kodwa kunalokho bakhonze, ngoba bathembekile nabathandekayo, abahlanganyeli bosizo. Fundisa lezizinto, ukhuthaze.
Engabi njengenceku, kodwa ongaphezu kwenceku, engumzalwane othandekayo, ikakhulukazi kimi, kodwa kakhulu kangakanani kuwe, enyameni naseNkosini.