Kwakukhona khatshana labo umhlambi wezingulube ezinengi usidla.
Manje kwakukhona kude nabo umhlambi wezingulube eziningi ziklabile.
Kwakukhona buqamama umhlambi omkhulu wezingulube, ziklabile.
Ohlaba inkomo unjengobulala umuntu; onikela ngewundlu unjengonquma intamo yenja; onikela ngomnikelo wempuphu unjengonikela ngegazi lezingulube; onyusa impepho njengobusisa isithombe. Yebo, bazikhethele izindlela zabo, futhi umphefumulo wabo ujabulela izinengiso zabo.
Nezingulube, nakuba zahlukanisile, zadabula izinselo, aziyetshisi; ungcolile kini.
Ninganiki izinja okungcwele, ningaphonsi amaparele enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo zazo, ziphenduke, ziniklebhule.
Bheka, bamemeza bathi: “Sinamsebenzi muni nawe Jesu, Ndodana kaNkulunkulu na? Uze lapha ukusihlupha singakafiki isikhathi?
Amademoni amncenga, ethi: “Uma usikhipha, sivumele ukuba siye emhlambini wezingulube.
Kwakukhona lapho umhlambi omkhulu wezingulube uklabile entabeni.
Kwakukhona lapho umhlambi wezingulube eziningi ziklabile entabeni, zamcela ukuba azivumele zingene kuzo. Futhi wabavumela.
Nengulube, ngokuba yahlukanisa izinselo, kepha ayetshisi, ingcolile kini; aniyikudla inyama yazo, ningadli izidumbu zazo.