Wazishiya izinkabi, wagijima emva kuka-Eliya, wathi: “Ake ngange ubaba nomame, bese ngiyakulandela.” Wathi kuye: “Buyela emuva, ngokuba ngenzeni kuwe na?”
Mathewu 8:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa uJesu wathi kuye: Ngilandele; futhi abafileyo bayekele abafileyo babo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uJesu wathi kuye: “Ngilandele; yeka abafileyo bembele abafileyo babo.” IsiZulu 2020 Kepha uJesu wathi kuye: “Ngilandele, yekela abafileyo bambele abafileyo babo.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa uJesu wathi kuye: Ngilandele; futhi abafileyo bayekele abafileyo babo. |
Wazishiya izinkabi, wagijima emva kuka-Eliya, wathi: “Ake ngange ubaba nomame, bese ngiyakulandela.” Wathi kuye: “Buyela emuva, ngokuba ngenzeni kuwe na?”
Omunye wabafundi bakhe wathi kuye: Nkosi, ngivumele ngiqale ngiyengcwaba ubaba.
Esadlula lapho uJesu wabona indoda, igama layo linguMathewu, ihlezi endaweni yokuthela, wathi kuyo: “Ngilandele. Wasuka-ke, wamlandela.
Esadlula, wabona uLevi ka-Alfewu ehlezi endaweni yokuthela, wathi kuye: “Ngilandele. Wasukuma wamlandela.
Ngokuba le ndodana yami ibifile, isiyaphila futhi; ubelahlekile, usetholakele. Basebeqala ukujabula.
Bekufanele ukuthi sijabule sithokoze, ngokuba umfowenu lo ubefile, wabuye waphila; yayilahlekile, yafunyanwa.
Wasesithi komunye: Ngilandele. Kodwa wathi: Nkosi, ngivumele ngiye kuqala ngingcwabe ubaba.
Ngangomuso wafuna ukuphuma aye eGalile, wafumana uFiliphu, wathi kuye: “Ngilandele.
Wakukhuluma lokho ekhomba ukufa okungako ayeyakukhazimulisa ngakho uNkulunkulu. Eseshilo lokho wathi kuye: “Ngilandele.”
UJesu wathi kuye: “Uma ngithanda ukuba ahlale ngize ngifike, kuyini kuwe na? ngilandele.
Nani enifile ezonweni zenu nokungasoki kwenyama yenu, uniphilise kanye naye, esenithethelele zonke iziphambeko;