Khona masinyane uJesu wacindezela abafundi bakhe ukuba bangene emkhunjini, bamandulele ukuya phesheya, yena esamukisa izixuku.
Mathewu 8:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi uJesu ebona izixuku ezinkulu zimphahlile, walaya ukuthi baye phesheya. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwathi uJesu ebona isixuku simhaqile, wayala ukuba kuwelelwe ngaphesheya. IsiZulu 2020 UJesu ebona isixuku simzungezile, wayala ukuba kuwelelwe ngaphesheya. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi uJesu ebona izixuku ezinkulu zimphahlile, walaya ukuthi baye phesheya. |
Khona masinyane uJesu wacindezela abafundi bakhe ukuba bangene emkhunjini, bamandulele ukuya phesheya, yena esamukisa izixuku.
Kwathi uJesu esephinde wawelela ngaphesheya ngomkhumbi, kwabuthana kuye isixuku esikhulu;
Wayesecindezela masinyane abafundi bakhe ukuba bangene emkhunjini, bamandulele ukuya ngaphesheya eBetsayida, yena esamukisa isixuku.
Kwathi ngolunye usuku wangena emkhunjini kanye nabafundi bakhe, wathi kubo: “Asiwele siye ngaphesheya kolwandle. Base bephuma.
Kwathi uJesu esazi ukuthi bazakuza ukumbamba ngamandla, bambeke inkosi, wabuya wasuka waya entabeni yena yedwa.