U-Ahithofeli ebona ukuthi isiluleko sakhe asilandelwanga, wabophela imbongolo yakhe, wasuka, waya endlini yakhe emzini wakubo, wayala indlu yakhe, waziphanyeka, wafa, wembelwa ethuneni likayise.
Mathewu 27:5 - Contemporary Zulu Bible 2024 Waziphonsa phansi izinhlamvu zesiliva ethempelini, wamuka, wazilengisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesephonsa izinhlamvu zesiliva ethempelini, wamuka, waziphanyeka. IsiZulu 2020 Waziphonsa ethempelini izinhlamvu zesiliva, wahamba; esehambile, wazikhunga. Baasraak Zulu New Testament Bible Waziphonsa phansi izinhlamvu zesiliva ethempelini, wamuka, wazilengisa. |
U-Ahithofeli ebona ukuthi isiluleko sakhe asilandelwanga, wabophela imbongolo yakhe, wasuka, waya endlini yakhe emzini wakubo, wayala indlu yakhe, waziphanyeka, wafa, wembelwa ethuneni likayise.
Lapho uZimri ebona ukuthi umuzi uthathiwe, wangena esigodlweni sendlu yenkosi washisa indlu yenkosi ngomlilo phezu kwakhe wafa.
Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.
Bathi: “Lo wathi: ‘Nginamandla okudiliza ithempeli likaNkulunkulu, ngilakhe ngezinsuku ezintathu.
Abapristi abakhulu basebethatha izinhlamvu zesiliva, bathi: Kakuvunyelwa ukuthi zifakwe emnikelweni, ngoba ziyintengo yegazi.
Njengomkhuba wobupristi, kwaba yinkatho yakhe ukushisa impepho, lapho engena ethempelini leNkosi.
Wayeseshesha wabiza udibi lwezikhali zakhe, wathi kulo: “Hosha inkemba yakho, ungibulale, ukuze abantu bangasho ngami ukuthi: ‘Ubulewe ngowesifazane.’ Nensizwa yakhe yamphusha washona.