U-Abisalomu wathi kuHusayi: “Lokhu kungumusa wakho kumngane wakho na? kungani ungahambanga nomngani wakho?
Mathewu 26:50 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wathi kuye: “Mngane, uze ngani na? Base besondela, babeka izandla kuJesu, bambamba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu wayesethi kuye: “Mngane, ubabeleni na?” Khona basondela, babeka izandla kuJesu, bambamba. IsiZulu 2020 UJesu wayesethi kuye: “Mngani, yenza lokho oze ngakho.” Base besondela, bambamba uJesu. Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wathi kuye: “Mngane, uze ngani na? Base besondela, babeka izandla kuJesu, bambamba. |
U-Abisalomu wathi kuHusayi: “Lokhu kungumusa wakho kumngane wakho na? kungani ungahambanga nomngani wakho?
Yebo, nomngane wami engangimethemba, owayedla isinkwa sami, wangiphakamisela isithende sakhe.
Wasesithi kuye: Mngane, ungene njani lapha ungelasembatho somtshado? Wathula wathula.