Umuntu ohlakaniphileyo uyabona ububi, acashe, kepha abangenalwazi bayaqhubeka, bajeziswe.
Mathewu 24:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khona abaseJudiya mababalekele ezintabeni; IBHAYIBHELI ELINGCWELE khona abaseJudiya mababalekele ezintabeni, IsiZulu 2020 AbaseJudiya mababalekele ezintabeni; Baasraak Zulu New Testament Bible Khona abaseJudiya mababalekele ezintabeni; |
Umuntu ohlakaniphileyo uyabona ububi, acashe, kepha abangenalwazi bayaqhubeka, bajeziswe.
“ ‘Lesi siyakuba yisibonakaliso kini,’ usho uJehova, ‘ukuthi ngiyakunijezisa kule ndawo ukuba nazi ukuthi amazwi ami ayakuma amelane nani kube kubi.’
Nina bantwana bakwaBenjamini, hlanganani nibalekele eJerusalema, nibethe icilongo eThekhowa, nimise isibonakaliso somlilo eBeti Hakeremi, ngokuba ububi buvela enyakatho nokubhubhisa okukhulu.
Kwathi uJesu esezelwe eBetlehema laseJudiya emihleni kaHerode inkosi, bheka, kwafika eJerusalema izazi zivela empumalanga,
Ngakho nxa libona amanyala encithakalo, akhulunywa nguDaniyeli umprofethi, emi endaweni engcwele, (ofundayo kaqedisise;)
Ngokukholwa uNowa, exwayisiwe nguNkulunkulu ngezinto ebezingakabonwa, ngokwesaba wakha umkhumbi wokusindisa indlu yakhe; ngalo walahla umhlaba, waba yindlalifa yokulunga okungokukholwa.