Mathewu 22:18 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa uJesu ebazi ububi babo wathi: Bazenzisi, lingilingelani? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uJesu ebazi ububi babo wathi: “Bazenzisi, ningilingelani na? IsiZulu 2020 UJesu, ebazi ububi babo, wathi: “Bazenzisi, ningilingelani na? Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa uJesu ebazi ububi babo wathi: Bazenzisi, lingilingelani? |
AbaFarisi beza kuye bemlinga, bathi kuye: Kuvunyelwe yini ukuthi indoda ilahle umkayo nganoma yisiphi isizathu?
Wabuye wathuma enye; yena bambulala, nabanye abaningi; abanye batshaya, abanye bebulala.
UJesu ekwazi masinyane emoyeni wakhe ukuthi bazindla kanjalo phakathi kwabo, wathi kubo: “Nizindlelani ngalokhu ezinhliziyweni zenu na?
Jwale, ramolao e mong a ema, a mo leka, a re: Moruti, ke tla etsa eng hore ke rue bophelo bo sa feleng?
Kepha uJesu eyazi imicabango yabo waphendula wathi kubo: “Nizindlani ezinhliziyweni zenu na?
UJesu ebona izizindlo zenhliziyo yabo, wathatha umntwana, wammisa eduze kwakhe.
Bakusho lokho bemlinga, ukuze babe nokumbeka icala. Kepha uJesu wakhothama, waloba ngomunwe emhlabathini, kungathi akezwanga.
UPetru wayesethi kuye: “Kungani ukuba nivumelane ukulinga uMoya weNkosi na? bheka, izinyawo zabambele indoda yakho zisemnyango, nawe bayakukukhiphela phandle.
Njalo ngizabulala abantwana bakhe ngokufa; namabandla onke ayakwazi ukuthi mina nginguye ohlola izinso nezinhliziyo;