Kodwa abalimi sebeyibonile indodana bakhulumisana besithi: Lo uyindlalifa; wozani siyibulale, sidle ifa layo.
Mathewu 21:39 - Contemporary Zulu Bible 2024 Basebembamba, bamkhiphela ngaphandle kwesivini, bambulala. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Base beyibamba, bayiphonsa ngaphandle kwesivini, bayibulala. IsiZulu 2020 “Bayibamba, bayiphonsa ngaphandle kwesivini, bayibulala. Baasraak Zulu New Testament Bible Basebembamba, bamkhiphela ngaphandle kwesivini, bambulala. |
Kodwa abalimi sebeyibonile indodana bakhulumisana besithi: Lo uyindlalifa; wozani siyibulale, sidle ifa layo.
UJesu wathi kuye: “Mngane, uze ngani na? Base besondela, babeka izandla kuJesu, bambamba.
Labo abambamba uJesu bamyisa kuKayafase umpristi omkhulu, lapho kwakubuthene khona ababhali namalunga.
Khona iviyo nenduna yenkulungwane nezikhonzi zabaJuda bambamba uJesu, bambopha.
yena esenikelwe ngecebo elimisiweyo nangokwazi kukaNkulunkulu ngaphambili, namthatha, ngezandla zababi nambethela, nambulala;
Makwazeke kini nonke nakubo bonke abantu bakwa-Israyeli, ukuthi ngegama likaJesu Kristu waseNazaretha enambethela esiphambanweni, uNkulunkulu amvusa kwabafileyo, ngaye lo umi lapha phambi kwenu esindile.
UNkulunkulu wawokhokho bethu wamvusa uJesu enambulala nina ngokumphanyeka esihlahleni.
Ngumuphi kubaprofethi oyihlo abangamzingelanga na? bababulala labo ababika ngaphambili ngokufika koLungileyo; eseningabakhapheli nababulali bakhe manje;