Yini enye engenziwa esivini sami engingayenzanga kuso na? ngani, lapho ngibona ukuthi iyakuthela izithelo zomvini, yathela izithelo zasendle, na?
Mathewu 21:37 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa ekugcineni wathumela kubo indodana yakhe, ethi: Bayakuyazisa indodana yami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ekugcineni wathuma kubo indodana yakhe, ethi: ‘Bayakuyazisa indodana yami.’ IsiZulu 2020 Ekugcineni wathumela kubo indodana yakhe, ethi: ‘Bazakuyihlonipha indodana yami.’ Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa ekugcineni wathumela kubo indodana yakhe, ethi: Bayakuyazisa indodana yami. |
Yini enye engenziwa esivini sami engingayenzanga kuso na? ngani, lapho ngibona ukuthi iyakuthela izithelo zomvini, yathela izithelo zasendle, na?
Mhlawumbe indlu yakwaJuda iyakuzwa bonke ububi engicabanga ukubenza kubo; ukuze baphenduke, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi; ukuze ngithethelele ububi babo lesono sabo.
Ngathi: Ngiqinisile, lizangesaba, lizakwamukela ukulaywa; ukuze indawo yabo yokuhlala ingaqedwa, nokho ngibajezisile; kepha bavuka ekuseni, baziphanga zonke izenzo zabo.
Kodwa abalimi sebeyibonile indodana bakhulumisana besithi: Lo uyindlalifa; wozani siyibulale, sidle ifa layo.
Bheka, kwavela izwi ezulwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo.
Ngakho-ke esesenendodana eyodwa ethandekayo wakhe, wayithuma kubo ekugcineni, ethi: ‘Bayakuyihlonipha indodana yami.’
Wasesithi umninisivini: Ngizakwenzani? Ngiyakuthuma indodana yami ethandekayo; mhlawumbe bayoyihlonipha, lapho beyibona.
Akakho oke wabona uNkulunkulu; iNdodana ezelwe yodwa esesifubeni sikaYise yiyona embonakalisile.
Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa, ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade.