Mathewu 20:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Waphuma ngehora lesithathu, wabona abanye bemi esigcawini, bengenzi lutho; IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Waphuma futhi ngehora lesithathu, wabona abanye bemi esigcawini, bengenzi lutho; IsiZulu 2020 “Waphuma futhi ngehora lesithathu, wabona abanye bemi esigcawini, bengenzi lutho; Baasraak Zulu New Testament Bible Waphuma ngehora lesithathu, wabona abanye bemi esigcawini, bengenzi lutho; |
Wasesithi kubo; Yanini nani esivinini, futhi ngizoninika noma yini efanele. Bahamba-ke.
Abaphathi bakhe sebebonile ukuthi ithemba lenzuzo yabo seliphelile, babamba oPawulu noSila, babadonsela esigcawini kubaphathi;
Ngokuba laba abadakiwe njengokucabanga kwenu, lokhu kuseyihora lesithathu lemini.
Futhi phezu kwalokho bafunda ukuvilapha, bezulazula izindlu ngezindlu; futhi kabayivilaphi kuphela, kodwa futhi izihlebi, nabangena shi, bekhuluma okungafanele.
Ukuze ningavilaphi, kodwa nilingise labo abathi ngokholo nangokubekezela badla ifa lezithembiso.