Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina; futhi abokugcina bayakuba ngabokuqala.
Mathewu 20:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina.” IsiZulu 2020 “Kanjalo-ke abokugcina bayakuba ngabokuqala; abokuqala babe ngabokugcina.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo. |
Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina; futhi abokugcina bayakuba ngabokuqala.
Ngumuphi kulaba ababili owenza intando kayise na? Bathi kuye: Eyokuqala. UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Abathelisi nezifebe bangena phambi kwenu embusweni kaNkulunkulu.
Ngenani ngesango elincane, ngokuba libanzi isango, nendlela ibanzi eyisa ekubhujisweni, baningi abangena ngayo;
Ngoba ngithi kini: Kakho kulawomadoda abemenyiwe ozakuzwa ukudla kwami kwakusihlwa.
Ngithi kini: Kanjalo kuyakuba khona ukuthokoza ezulwini ngesoni sisinye esiphendukayo, kunabalungileyo abangamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalolunye abangadingi kuphenduka.
Ngakho-ke ngithi kuwe: Izono zakhe eziningi zithethelelwe; ngokuba wayethanda kakhulu, kepha othethelelwa okuncane, uthanda kancane.
Futhi umthetho wangena, ukuze isiphambeko sande. Kepha lapho kwavama khona isono, umusa wavama kakhulukazi;
Ngakho siyakuthini? Ukuthi abezizwe ababengadingisisi ukulunga, sebekutholile ukulunga, ukulunga okuvela ekukholweni.
Ngalokho nathi siyambonga uNkulunkulu singaphezi, ngokuba, lapho namukela izwi likaNkulunkulu enalizwa ngathi, anilamukelanga njengezwi labantu, kodwa njengezwi likaNkulunkulu elisebenzayo ngokweqiniso. Nakini enikholwayo.