Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.
Mathewu 19:30 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina; futhi abokugcina bayakuba ngabokuqala. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina, nabokugcina babe ngabokuqala. IsiZulu 2020 Kepha abaningi abangabokuqala bayakuba ngabokugcina, nabangabokugcina bayakuba ngabokuqala.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina; futhi abokugcina bayakuba ngabokuqala. |
Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.
Bhekani, bakhona abokugcina abayakuba ngabokuqala, kukhona abokuqala abayakuba ngabokugcina.
Ngakho-ke masesabe, funa sisekhona isithembiso sokungena ekuphumuleni kwakhe, kube khona noyedwa kini obonakala esilela kuso.